by BabyYumYum

Izingane eziya-ecreche

Funda kabanzi ngezenzakalo ezibalulekile ekukhuleni kwengane, amasu okuziphatha kanye namathiphu amahle okuba ngumzali.

Indlela yokwelapha izinkinga zempilo ezifana namakhala egazi, umkhuhlane, ukushisa, kanye ne-gastro ezinganeni.

Baby Yum Yum - Zulu Article

Ukuba ngumzali sikwenza kubelula

Kusukela ekuphenduleni okumangazayo ezinkundleni zokuxhumana, i-BabyYumYum.co.za yenza isigaba sokuba ngumzali sibelula. Lapha sikulethela

ulwazi lonke oludingayo ngokukhulisa umndeni wakho nokunakekela kalula izingane zakho.

Lonke lolulwazi sikunikeza lona mahala.

Zonke izindatshana zethu, zibhalwe ngochwephese nodokotela abanakekela izingane. Futhi kulesi sigaba sokwenza ukuba ngumzali kube lula, sisizane kahulu nonesi nombelethisi omkhulu

u-Ann Richardson ophuma ku “Wisdom with Sense”

IBabyYumYum ibe nezinxoxo ezibanzi no-Nesi Ann Richardson, kungalokho kuzothi ngaso sonke isikhathi uma sikhuluma naye, sithathe lololwazi silubhale ngesingisi.

Bazali i-BabyYumYum iyathanda ukunikezana ngolwazi ikakhulukazi lapho ludingeka khona.

Zulu articles