BabyYumYum.co.za reaches a wider audience by posting parenting content in isiZulu
Online content portal BabyYumYum.co.za is known for spearheading innovation in the parenting space and the brand has done it again by being the first online-only parenting website to publish content in vernacular in South Africa.


Ukuba ngumzali sikwenza kubelula
Kusukela ekuphenduleni okumangazayo ezinkundleni zokuxhumana, i-BabyYumYum.co.za yenza isigaba sokuba ngumzali sibelula. Lapha sikulethela
ulwazi lonke oludingayo ngokukhulisa umndeni wakho nokunakekela kalula izingane zakho.
Lonke lolulwazi sikunikeza lona mahala.
Zonke izindatshana zethu, zibhalwe ngochwephese nodokotela abanakekela izingane. Futhi kulesi sigaba sokwenza ukuba ngumzali kube lula, sisizane kahulu nonesi nombelethisi omkhulu
u-Ann Richardson ophuma ku “Wisdom with Sense”
IBabyYumYum ibe nezinxoxo ezibanzi no-Nesi Ann Richardson, kungalokho kuzothi ngaso sonke isikhathi uma sikhuluma naye, sithathe lololwazi silubhale ngesingisi.
Bazali i-BabyYumYum iyathanda ukunikezana ngolwazi ikakhulukazi lapho ludingeka khona.
Zulu articles
-
Reading Time: 2 minutesUmbuzo bonke abazali okuzodingeka bawuphendule ngesikhathi esithile, kodwa umcabango wokuthi kufanele uchaze ukuthi izingane zenziwa kanjani enganeni yakho encane ungase ukwenze uzizwe ukhathazekile noma ungakhululekile. Umbhali nengcweti …
-
Reading Time: 3 minutesNgivame ukumangala ngezindlela ezinye zeziguli zami ezikuphatha ngayo ukulimala kwazo ngaphambi kokuba zize egumbini lezimo eziphuthumayo. Ngicabanga ukuthi nomama wami uqobo unecala lokusebenzisa izindlela ezixakile ngisakhula. Ngokuhamba …
-
Reading Time: 2 minutesAbazali cishe bahlale bekhathazekile ngokulimala ekhanda ezinganeni. Nginakekele izingane eziningi ku-ER ezike zawa. E-US, ukuwa kwenza cishe uhhafu wokuvakasha kwe-ER okuhlobene nokulimala ezinganeni ezingaphansi kweminyaka engu-5 ubudala. …
-
Zulu
Kubaluleke kangakanani ukuzihlola ibele, uhlolele umdlavuza wamabele
by BabyYumYumby BabyYumYumReading Time: 2 minutesUmdlavuza wamabele uwuhlobo lomdlavuza ovame kakhulu kwabesifazane baseNingizimu Afrika, futhi awucwasi. UDkt Liana Roodt, udokotela ohlinzayo webele kanye ne-endocrine nomsunguli we-Project Flamingo, inhlangano engenzi nzuzo exhasa ngezimali …
-
Reading Time: 2 minutesLapho senginamasonto angu-25 ngikhulelwe ngamawele ami, ngaya ekilasini labakhulelwe. Bekuwuhlelo losuku lonke oluhlukaniswe izihloko ezahlukene, esinye sazo bekungesokuncelisa ibele. Ngemva kokulwa nomdlavuza lapho ngineminyaka engu-28, okwaholela ekukhishweni …
-
Reading Time: 3 minutesYileso sikhathi sonyaka lapho ukuncelisa ibele kugqanyiswa khona: Iviki Lomhlaba Lokuncelisa Ibele. Omama abaningi abaqalayo bazizwa benecala, bekhala ngokuthi okuhlangenwe nakho kwabo kokuncelisa ibele kugcwele izinkumbulo ezibuhlungu. …